KULINDELEKE asayine kwMamelodi Sundowns uSiyanda " Skhwishi" Ndlovu okugcine kungavunyelwananga ngokusayina kwakhe ...
IHLOSE ukujabulisa abantu basemakhaya ngeDurban July indawo yobumnandi yaseMbumbulu, iMaqaqa Exclusive Lifestyle ngomcimbi wayo omkhulu ozobe uhlanganise abaculi bemikhakha ehlukene. UNksz Hlengiwe ...
KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July. Lokho ...
IPHELE sekukubi imashi yokuxosha abokufika eMgungundlovu njengoba amaphoyisa evulele isisi esikhalisa unyembezi ezama ukuhlakaza isixuku ebesifuna ukuzibambela kwabokufika. Ababhikishi bathe nyawo ...
Umshayeli webhasi waseMalawi oneminyaka engu-39 ubudala ugcinwe esitokisini ngemuva kokutholakala ephethe iziqhumane ezifihliwe emasakeni elayisi eBeitbridge Border Post. Ngokusho kweNational ...
Amaphoyisa akuleli aphenya isehlo sokudutshulwa kukaMaj-Gen Feroz Khan ebusuku ngeSonto. Kubikwa ukuthi ubeshayela kuThird Avenue, eHoughton, ngesikhathi oshayasibhamu behamba ngeMercedes Benz ...
KUHLATSHWE ikhwelo emaphoyiseni ukuthi angasebenzisi indlakadla, acheme nohlangothi oluthile noma enzelele emamashini okuchitha abantu bakwamanye amazwe abafohlile KwaZulu-Natal. Ukhukhulelangoqo ...
SIYAKHULA isibalo samaqembu adlala esigabeni esiphezulu sebhola lakuleli, iBetway premiership, azoqala isizini ka-2026/27 esephekwa ngabaqeqeshi abasha. Emaqenjini abheke ukushintsha unyawo ngesizini ...
ZIQAPHE ngelokhozi izinhlaka zokuphepha kuleli ukunamizamo yokudala udugunyane ezweni njengoba kunomnqamulajuqu wangoJuni 30, wokuthi babe bengasekho abantu bakwamanye amazwe abafohlile kuleli.
UPHINDE wahlanganisa abadlali asebemnkantshubomvu nabasebancane abenze kahle ngesikhathi eqoka isikwati esizodlala kwiNations Championship ngenyanga ezayo umqeqeshi wamaBhokobhoko, uRassie Erasmus.
UMQEQESHI wamaBhokobhoko, uRassie Erasmus, uncome izinhlelo zokuthuthukiswa komdlalo wombhoxo emazingeni aphansi ngokuqhubeka nokukhiqiza abadlali abalungele ukudlalela iqembu lesizwe. Njengoba ...
UHLALELE ovalweni lokuthi kungenzeka kube khona abamenzakalisayo unesi waKwaMashu ngenxa yabantu athi abakholwa wukuthi ungowaseNingizimu Afrika. UMnuz Vusumuzi Lucky Gumede ugonyuluke ngalokhu ...